ukuma Awards e Mzansi oyinzalo ye Gwanda.

ukuma Awards e Mzansi oyinzalo ye Gwanda.

U Decent Nyathi owaziwa ngelika Tbos the boss ozalwa e Gwanda e Manama ohlalela eMzansi Africa ukhethiwe kuma Awards e Mzansi Africa abizwa 011 CITY AWARDS.

U Tbos owaduma ngengoma ethi ngindl’ imali yami e Diepsloot lakwamanye amalokishi egoli nguye yedwa inzalo ye Zimbabwe ephumelele ukukhethwa kulama Awards , okubonakala ukukhula lokudlondlobala komculo wakhe. Khonangale e Diepsloot ulendlu yokupheka umculo lesitebele esibizwa Young legend production.

“Ngithanda ukubonga kubalandeli bomculo wami kanye nemuli yami ngokusibonisa uthando kudlalade elithi ngidl’ imali yami ,lemcimbi yonke esiyenzayo.” kutsho ujaha wase Manama.

“ngizizwa ngijabule kakhulu ngo mcimbi omkhulu ebengiwenze e Diepsloot ko Rosta kube ngumcimbi omuhle kakhulu bekugcwele indlela eyisimangaliso ngithi ngiyabonga bahlali bendawo kanye nabo bonke abalandeli bethu labo bonke abaculi abaze bazo nandisa emcimbini” kulandisa u Tbos

“Besengithi labo abangazange bakhona ukuza emcimbini odlulile ngithi lisasekhona ithuba lokuzo sibona njalo emcimbini wethu olandelayo. Ozabe use Diepsloot e Boxer , e 6. okungumcimbikazi esisebenzisana le Rising star movement Modeling agency” kuqhubeka insizwa yase Gwanda.

Ngokwenza imcimbi leyi ucine esenelisa ukuthi ebonakale waze wakhethwa kuma Awards eMzansi.

Ukungivotela kuma Awards engiwangenele abizwa 011 City Awards , wenza kanje

To vote for me thumela u 011 TBOS ku 35029
Ma ulembuzo xhumana lami kulemniningwana.
Facebook Theboss tbos
Instagram Tbos the boss
Email address Decentnyathi8@gmail.com

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *