Jeyz Marabini , Platform One , Bekezela bathi #gcwala Hillbrow Theatre .

Jeyz Marabini , Platform One , Bekezela bathi  #gcwala Hillbrow Theatre .

Osaziwayo bajabulele umcimbi ka Madlela Skhobokhobo owakuqala selokhe walahla ithaweli lokukuba yinjiva. u Jeys Marabini , Nani Ntengo , Bekezela Bekezela , Mthabisi kubonakale amavidiyo abo enkundleni zokuxhumana benxusa uzulu ukuthi aphelele ku mcimbikazi ka Madlela ozaba use Theatre mhlaka 27 Mabasa 2019 , lapho ozatshiyelana inkundla khona le Dubia Masters lo Mehlokazulu. umcimbi uqala ngehola lesine ntambama kuze kube mbayimbayi.

u Madlela usanda kubonisa intuthu amaqembu obeqathwe lawo ko Bulawayo emcimbini obuse Trinance ngempelaviki. Lapho obeqathwe le Ndolwane Super Sounds , Dubia Masters , le Slobela Galz.

u Madlela Skhobokhobo odume ngokulingisa umdlalo obizwa ngegama lakhe , uphinde wazakhela udumo kumyaka embili edlule lapho owaza khona lengoma ye Rumba ethi ngamnaka uSamamoe , eyahlupha emsakazweni e Zimbabwe laphetsheya ka ngulukudela e Mzansi Africa.

Ngonyaka odlule uphinde wethula idlalade le rumba elithi Majazana , kukanti lonyaka usebenze lo Themba Mathe odume ngelika Boyoyo benza ingoma emnandi kakhulu  esihloko esithi Celebrate esihluphe njengo ngamnanka usamamoe

Ekhuluma le Music Giya usomahlaya uthe “asiphakame isizwe sobona ukudla kwamehlo , bephakame abantu bezophakamisa okwakibo”

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *