Bamende eceleni abalandeli be Gcokama elisha.

Bamende eceleni abalandeli be Gcokama elisha.

Umculi wase Mzansi Africa odlala u Maskandi ogama lokuzalwa engu Mthandeni Manqele , utshiye abalandeli dengwane e Jeep edolobheni le Goli wayangena kumcimbikazi obuse Thekwini obubizwa #Gcwala Mabhida Stadium.

Enkundleni zokuxhumana kuviki eledlule bekugcwele gcwele ama vidiyo abalandeli baka Gcokama Elisha befunga begomela ukuthi ngeke beye emcimbini we Mabhida oqoqwe ngu Khuzani ongomunye wabaculi bodumo e Mzansi Africa.

i Music Giya ithole ividiyo ka Mthandeni esefuqwa kabuhlungu e Moses Mabhida e Stadium ,eze ewele phansi ezama intuba yokungena.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *